Cela Intethelelo yaKhe
Cela Intethelelo yaKhe
Isinyathelo sesithathu esokucela intethelelo ngenxa yezono bese uzishiya. Ucele uJesu agcwalise noma avale lesosikhala esivulekile enhliziyweni yakho. Yena uzoyigcwalisa phama inhliziyo athulise nemisindo yezivunguvungu. Uma ucela uJesu ukuba angene empilweni nasenhliziyweni yakho, uzosho phakathi, ngoba lokho kuyintando nemvelo yaKhe.
Uma sizivuma izono zethu, Yena uthembekile futhi ulungile ukusithethelela asihlanze kukho konke ukungalungi. – 1 Johane 1:9