Singaluthola kanjani uThando lwaKhe?

Singaluthola kanjani uThando lwaKhe?

Singaluthola kanjani uThando lwaKhe?

Iningi licabanga ukuthi kumele likhandleke ukuze lithole isihawu sikaNkulunkulu. Mhlampe ungomunye wabo nawe namhlanje. Ukholelwa ekutholeni isihawu sikaNkulunkulu ngemisebenzi yakho noma izenzo zakho ezinhle.

Ngokuba kungomusa nisindisiwe ngokukholwa; lokho akuveli kini, nikuphiwa uNkulunkulu; akuyingemisebenzi yenu, ukuze kungabikho ozibongayo. – Efesu 2:8-9

Buyela emuva

Thumela kumngane

Ekhaya